UMnu. Nick Mangwana, umabhalane omkhulu okuhlangothi lukahulumende olubona ngokwethulwa kwemibiko, uthi uMnangagwa, ofike elizweni leli izolo kusihlwa, wamukelwe ngenjabulo ngabalandeli bebandla leli labanye abathakazelela ibandla leZanu PF abadabuka eScotland.