amalinks wokungena

Breaking News

Iqembu lePhiladelphia Eagles Liphakamise Inkezo yeSuper Bowl Kumdlalo Obukelwe nguTrump


Philadelphia Eagles players celebrate with the Vince Lombardi Trophy after the Eagles won the NFL Super Bowl 59 football game against the Kansas City Chiefs, Feb. 9, 2025, in New Orleans.
Philadelphia Eagles players celebrate with the Vince Lombardi Trophy after the Eagles won the NFL Super Bowl 59 football game against the Kansas City Chiefs, Feb. 9, 2025, in New Orleans.

Iqembu lePhiladelphia Eagles yilo elithethe inkezo yomncintiswano webhola, oweSuper Bowl eMelika ngeSonto ngemva kokubhaxabula i-Kansas City Chiefs nge-40 ka 22.

UMongameli Donald Trump ube ngumkhokheli waseMelika wakuqala ukuyabukela lumdlalo enkundleni mathupha njalo usuke edanile ngoba ubesekela iqembu elinqotshiweyo.

UTrump uchothoze inhlanganiso elawula lumdlalo, i-National Football League ngokuguqula imithetho yayo, esithi isibulele lumdlalo.

Kodwa ihlanganiso le ithi yaguqula limithetho ngenjongo yokuvikela abadlali ekulimaleni.

Omunye obukele lumdlalo uTim Muringai utshele iStudio 7 ukuthi umdlalo lo ubungahlabusi ngoba iqembu lePhiladelphia Eagles belisenza santando.

please wait

No media source currently available

0:00 0:02:55 0:00

Forum

XS
SM
MD
LG