amalinks wokungena

Breaking News

AbeZimbabwe Bakhangelelwe Ukuba Bazangena Imihlangano Emkhulu eyeIMF leWorld Bank eWashington DC


A security guard walks past the International Monetary Fund (IMF) headquarters on April 12, 2024, in Washington, DC, ahead of the IMF/World Bank 2024 Spring Meetings.
A security guard walks past the International Monetary Fund (IMF) headquarters on April 12, 2024, in Washington, DC, ahead of the IMF/World Bank 2024 Spring Meetings.

Iziphathamandla zikahulumende ezigoqela umphathintambo obona ngokusetshenziswa kwemali yelizwe, uMnu. Mthuli Ncube, usibalukhulu webhanga elikhulu lelizwe eleReserve Bank of Zimbabwe labanye basemihlanganweni omkhulu wokuhlaziya umumo womnotho womhlaba wonke jikelele lamazwe eyeIMF-World Bank Spring Meetings eWashington DC.

Usibalukhulu webhanga leRBZ, uMnu. John Mushayavanhu, usemhlanganweni lo okokuqala selokhu engene esikhundleni lesi.

UMushayavanhu esanda kungena esikhundleni wethulele abantu bakwele Zimbabwe uhlobo lwemali owe-Zimbabwe Gold (ZiG), ethakazelelwa ngabakubandla elibusayo. Imali le okwamanje itholakala ebulenjini bokuxhumana.

Kukhangelelwe ukuba uzakhulumisana labe IMF labe World Bank ngesikwelede seZimbabwe. Kambe kuzaphumani kunkulumo ezizakwenziwa ngabe Zimbabwe leziphathamandla zamabhanga la? Ukuze sihlaziye udaba lolu, sixoxe loMnu. Partson Sibanda, okubandla elibusayo othakazelela ukuhlolisisa ezomnotho.

UMnu. Rejoice Ngwenya, ingcwethi ecubungula ezomnotho ekunhlanganiso yeCommon Market for Liberal Solutions.

UMnu. Rejoice Ngwenya ingcwethi kwezenotho okunhlanganiso yeCommon Market for Liberal Solutions uthi kuqondile ukuba abeZimbabwe bengene imihlangano le lobanje kungakhanyi kahle okuzakwenzakala emihlangenweni le.

Forum

XS
SM
MD
LG