amalinks wokungena

Breaking News

Kulokhe Kujikelwana Inyoka Ephilayo Phakathi Kwabathi Umongameli Emmerson Mnangagwa Abuse Kuze Kufike u2030 Labenqaba Lokho


Umongameli Emmerson Mnangagwa (kwesokunene) lomsekeli wakhe uMnu. Constantino Chiwenga (kwesokhohlo)
Umongameli Emmerson Mnangagwa (kwesokunene) lomsekeli wakhe uMnu. Constantino Chiwenga (kwesokhohlo)

Kuhlandla lwengxoxo-mpikiswano yethu sihlaziya udaba olusegudwini kubandla leZANU PF, abanye besithi kufanele kuguqulwe isisekelo sombuso umkhokheli walo umongameli Emmerson Mnangagwa abuse kuze kufike umnyaka ka 2030 njalo abanye bekuphikisa lokhu.

Sixoxa loMnu. Max Mnkandla, owalwa kumpi yenkululeko ekuviyo leZIPRA njalo owayekubutho lesizwe eleZimbabwe National Army, endawonye loMnu. Daniel Mackenzie Ncube okunkundla yeCentral committee leyePolitburo kubandla leZANU PF kodwa okhuluma ezimele.

UMnu. Ncube uthi ngempela uyasekela inyathelo lokuthi umongameli Mnangagwa aqhubeke ebusa ukwenzela ukuthi aphutshize zonke inhlelo azisungulayo.

Kodwa uMnu. Mnkandla uthi sokufanele kubuse owalwa kumpi yenkululeko njengomsekeli kamongameli uMnu. Constantino Chiwenga, asekelwe ngomunye njalo oli war vet kungabi yilabo abakhethwe ngokwezombusazwe.

Uthi ama war vets azakwenelisa ngcono ukugcwalisa izinqumo azithembisa abantu esiya kulwa empini ezifana lokuvuselela umnotho welizwe.

please wait

No media source currently available

0:00 0:07:39 0:00

Forum

XS
SM
MD
LG